Bavelile enkantolo ababili abasolwa ngokubulala intombazanyana u Wandile Ngcobo
Bavelile enkantolo ababili abasolwa ngokubulala intombazanyana u Wandile Ngcobo wase Mzinto kodwa owadlwengulwa wabulawa eMlazi engayile eskoleni ngalolusuku...u Sfundo Bhengu utshele inkantolo ukuthi umnganakhe ongu Bongani jali weza wazomthatha kubo e Philani ephethe ama drugs wathi abaye kubo beyobhema...uthi babhema kubo aphela ama drugs...uthi yena wazumeka walala... umnganakhe u Bongani wathi uyabuya usaphanta amanye ama drugs...u Sfundo uthi u Bongani wabuya esemtshela ukuthi usebulale ingane yakamakhelwane kumele bahambe.