AKAFUNI ITHINTWE INGANE YAKHE
Kubikwa ukuthi lobaba uhlala egade indodakazi yakhe ngevolovolo
Isize yaqeda ukufunda enyuvesi iyintombi nto lentokazi ngemva kokuba ubaba wayo aphenduka I bodyguard layo.
Kuthiwa lobaba uhlala eyigadile noma iyaphi, noma iya endlini encane uvele ayilinde ngaphandle